Heyi wena kanti bathi Thoko ujola nobani (mina ngijola noBhiza)
Hayi akeusho wena Thoko ujola nobani (mina ngijola noBhiza)
He askies angizwa uthini (askies angijoli nawe)
Heyi uthini wena awusho (mina ngijola noBhiza)
Hehehe (askies angijoli nawe)
Awuzwe ukuthi ithini lengane manje (mina ngijola noBhiza)
Hayi awume wena (woza Thoko woza Thoko)
Hayibo kanti wena Thoko ujola nobani (mina ngijola noBhiza)
Hayi angizwa kahlekahle Thoko ujola nobani (mina ngijola noBhiza)
Askies angizwa uthini (askies angijoli nawe)
Awuphinde uthini (mina ngijola noBhiza)
Hahaha (askies angijoli nawe)
He madoda awuzwe ukuthi ithini lengane manje (mina ngijola noBhiza)
Thina besijola kahle kanje
Eita da haha uyazi nijole kahle nomuntu
Uyajika manje sowujola noBhiza
Ha yispoko lesi uyazi abantwana bavele bajike khona la ehe
Hayi suka madoda uthi goobye ngapha athi hallo ngapha
Awusho kahle bathi Thoko ujola nobani (mina ngijola noBhiza)
Awusho kahle wena Thoko ujola nobani (mina ngijola noBhiza)
Askies angizwa uthini (askies angijoli nawe)
He uthini awuphinde futhi ngizwe (mina ngijola noBhiza)
Hahaha (askies angijoli nawe)
Awuzwe lomntwana ithini manje (mina ngijola noBhiza)
Bathi Thoko ujola nobani (mina ngijola noBhiza)
Awusho kahle ngithi Thoko ujola nobani (mina ngijola noBhiza)
Askies angizwa uthini (askies angijoli nawe)
He awuphinde futhi uthini (mina ngijola noBhiza)
Hehehe (askies angijoli nawe)
Hawu suka madoda (mina ngijola noBhiza)
Lengane seyithi askies ngakumina manje
Yi hallo ngale ngaku Bhiza
Uyazi yispoko lesi ayi suka madoda